Luke 7:37 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bheka, kwakukhona emzini owesifazane oyisoni; wathi esazi ukuthi uhlezi ekudleni endlini yomFarisi, weza nomfuma wamafutha,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Owesifazane wakulowo muzi, owayeyisoni, esezwile ukuthi uJesu usesidlweni endlini yomFarisi, waya khona ephethe umfuma wamafutha ngojeke we-alabhasta.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Bheka, owesifazane emzini, oyisoni, ekwazi ukuthi uJesu uhlezi ekudleni endlini yomFarisi, waletha umfuma wealabhaste wamafutha.