Luke 8:27 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Esephumele emhlabathini, kwamhlangabeza indoda ethile yomuzi eyayinamademoni; kwase kuyisikhathi eside ingembathi ngubo, ingahlali endlini kodwa emathuneni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Esehlele emhlabathini, indoda ethile eyayinamadimoni, ivela emzini, yamhlangabeza. Kwase kuyisikhathi lowo muntu engasagqoki lutho, futhi engasahlali ekhaya kodwa ehlala emathuneni.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Esephumele emhlabathini, kwamhlangabeza indoda ethile evela emzini, eyayinamademoni isikhathi eside, ingagqoki, ingahlali endlini, kodwa emathuneni.