Luke 8:56 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abazali bayo bethuka; wabayala ukuba bangatsheli muntu okwenzekileyo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abazali bayo bamangala. UJesu wabayala ukuba bangatsheli muntu ngalokho okwenzekileyo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Abazali bayo bamangala, kepha wabayala ukuba bangatsheli muntu okwenzekileyo.