Luke 9:12 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Seliqala ukushona, beza kuye abayishumi nambili, bathi: “Bamukise abantu ukuba baye emizaneni nasezweni elizungezileyo, bangenise, bathole ukudla, ngokuba lapha sisendaweni eyihlane.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuthe seliyozilahla kunina, abafundi abali-12 beza kuye, bathi: “Baxoshe abantu baye emizaneni nasemakhaya azungezileyo, bangenise khona, ukuba bathole ukudla, ngokuba lapha sisendaweni eyihlane.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi sekuqala ukuhwalala, kwafika abalitshumi lambili, bathi kuye: Yekisa ixuku lihambe, ukuze baye emizaneni lesemaphandleni, balale, bathole ukudla; ngoba lapha sisenkangala. indawo.