Luke 9:47 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuthe uJesu ebona ukuzindla kwenhliziyo yabo, wathabatha umntwana, wammisa phambi kwakhe,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu eyazi impikiswano esenhliziyweni yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu ebona izizindlo zenhliziyo yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe.