Mark 10:13 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona baletha kuye abantwanyana ukuba abaphathe; kepha abafundi babakhuza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Base beletha kuye abantwana abancane ukuba abaphathe, kodwa abafundi babakhuza.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Baletha kuye abantwana abancane ukuba abathinte; abafundi bakhe babakhuza.