Mark 11:32 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ ” besaba isixuku, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uma sithi: ‘Kubantu’ ngeke kulunge.” Babesaba isixuku, ngokuba bonke abantu babethi uJohane ungumphrofethi impela.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa uba sisithi: Kubantu; besaba abantu, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.