Mark 12:32 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Umbhali wayesethi kuye: “Yebo, Mfundisi, ushilo ngeqiniso ukuthi yinye, ayikho enye ngaphandle kwayo;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Isazimthetho sasesithi kuJesu: “Yebo, Mfundisi lokhu okushilo kuyiqiniso kokuthi yinye iNkosi nokuthi ayikho enye ngaphandle kwayo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Umbhali wasesithi kuye: Kuhle, Mfundisi, ukhulume iqiniso, ngoba munye uNkulunkulu; futhi akakho omunye ngaphandle kwakhe.