Mark 12:34 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJesu embona ukuthi uphendule ngokuqonda, wathi kuye: “Awukude nombuso kaNkulunkulu.” Akwabe kusabakho onesibindi sokumbuza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu embona ukuthi uphendule ngokuqonda, wathi kuye: “Awukude nombuso kaNkulunkulu.” Akubange kusabakhona onesibindi sokumbuza.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu ebona ukuthi uphendule ngokuqonda, wathi kuye: “Awukude nombuso kaNkulunkulu. Akwabakho muntu emva kwalokho owaba nesibindi sokumbuza.