Mark 12:44 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba bonke babeka kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke anakho, konke abephila ngakho.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngokuba bonke bacaphune kokuningi abanakho banikela, kodwa lo mfelokazi ekusweleni kwakhe, unikele ngakho konke anakho, konke abephila ngakho.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba bonke baphonse kokuchichima kwabo; kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abenakho, konke abeziphilisa ngakho.