Mark 14:4 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha kwakukhona abanye abakhuluma bodwa ngokuthukuthela, bethi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha abanye bathukuthela base bekhuluma bodwa, bethi: “Kungani kumoswa lawa mafutha na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwakukhona nabathukuthela phakathi kwabo, bathi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?