Mark 15:31 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kanjalo nabapristi abakhulu bambhinqa bebodwa kanye nababhali, bathi: “Wasindisa abanye, angezisindise yena.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kanjalo nabaphristi abakhulu nezazimthetho, bambhinqa, bathi: “Wasindisa abanye, kodwa akakwazi ukuzisindisa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kanjalo nabapristi abakhulu bambhinqa kanye nababhali, bathi: “Abanye wabasindisa; yena ngokwakhe akanakuzisindisa.