Mark 2:10 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono” – wathi kofe uhlangothi –
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla okuthethelela izono emhlabeni,” wathi kofe uhlangothi:
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” esho kofe uhlangothi.