Mark 4:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesethi kubo: “Imbala isibani siza ukuba sibekwe phansi kwesitsha nokuba phansi kombhede yini, singabekwa othini, na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu wayesethi kubo: “Ngabe isibani siyabekwa yini phansi kwesitsha noma phansi kombhede; kanti asibekwa othini na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wathi kubo: “Isibani siyalethwa ukuba sibekwe phansi kwesitsha noma ngaphansi kombhede na? futhi hhayi ukuthi ibekwe othini lwesibani?