Mark 5:20 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wamuka-ke, waqala ukulanda eDekapholi ngokuthi kungakanani abekwenzile kuye uJesu; bamangala bonke.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wahamba-ke, waqala ukulanda ngalokho emizini elishumi konke lokho uJesu ayemenzele khona; bamangala bonke.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wamuka, waqala ukushumayela eDekapholi ukuthi kungakanani uJesu amenzele khona; bamangala bonke.