Mark 6:22 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kwangena indodakazi kaHerodiya uqobo, yasina, yajabulisa uHerode nababehlezi naye. Inkosi yayisithi entombazaneni: “Cela kimi noma yini okuthandayo, ngizakukunika.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kwase kungena indodakazi kaHerodiya; yasina, yajabulisa uHerode nababehleli naye. Inkosi yathi entombazaneni: “Cela kimi noma yini oyithandayo, ngizakukunika yona.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi ingena indodakazi kaHerodiya lowo, yasina, yamjabulisa uHerode nababehlezi naye.