Mark 6:33 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abaningi sebebabona bemuka, baqonda, baze bagijimela khona ngezinyawo, bephuma kuyo yonke imizi, babandulela.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abaningi bababona behamba, baqonda ukuthi baya kuphi, base begijima ngezinyawo, besuka kuyo yonke imizana, bafika lapho kuqala kunabo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Isixuku sababona bemuka, abaningi bamazi, bagijimela khona ngezinyawo, bephuma kuyo yonke imizi, babandulela, babuthana kuye.