Mark 6:5 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayengenakwenza lapho nowodwa umsebenzi wamandla ngaphandle kokuthi wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Akakwazanga ukwenza lapho nesisodwa isimangaliso, ngaphandle nje kokubeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana; wabaphulukisa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa.