Mark 7:19 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kungena esiswini, kuphumele ngaphandle, kuhlambulula ukudla konke.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kuya esiswini, kuphumele ngaphandle.” Ngokusho kanjalo wayechaza ukuthi konke ukudla kuhlanzekile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kungena esiswini, kuphumele obala, ehlambulula konke ukudla na?