Mark 7:6 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesethi kubo: “U-Isaya waprofetha kahle ngani nina bazenzisi njengokulotshiweyo ukuthi: “ ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu wayesethi kubo: “U-Izaya waphrofetha kahle ngani, nina bazenzisi, njengokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kodwa inhliziyo yaso ikude nami;
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wasephendula wathi kubo: UIsaya waprofetha kuhle ngani bazenzisi, njengokulotshiweyo ukuthi: Lababantu bangidumisa ngezindebe zabo, kodwa inhliziyo yabo ikude lami.