Mark 8:1 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalezo zinsuku sekukhona futhi isixuku esikhulu singenakudla, wabiza abafundi bakhe, wathi kubo:
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngalezo zinsuku kwabuye kwabuthana izindimbane zabantu, kepha babengenakudla. UJesu wabiza abafundi bakhe, wathi kubo:
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngalezo zinsuku isixuku sasisikhulu kakhulu, singenalutho lokudla, uJesu wabizela kuye abafundi bakhe, wathi kubo: