Mark 8:17 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJesu ekwazi wathi kubo: “Yini ukuba niphendulane ngokuthi aninazinkwa na? Anikaboni, anikaqondi, na? Inhliziyo yenu iselukhuni na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu ekwazi abadlinza ngakho, wathi kubo: “Nikhulumelani nodwa ngokuthi aninazinkwa na? Anikaboni yini, futhi anikaqondi? Inhliziyo yenu iselukhuni na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi uJesu ekwazi wathi kubo: Kungani liphikisana ngokuthi lingelazinkwa? anikaqondi, anikaqondi na? Inhliziyo yenu iselukhuni na?