Mark 8:31 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona waqala ukubafundisa ukuthi iNdodana yomuntu imelwe ukuhlupheka ngokuningi, ilahlwe ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, ibulawe, ivuswe emva kwezinsuku ezintathu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Waqala ukubafundisa ngokuthi iNdodana yomuntu imelwe ukuhlupheka ngokuningi, ilahlwe ngamalunga, abaphristi abakhulu, nezazimthetho, ibulawe, kepha ivuke emva kwezinsuku ezintathu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Waqala ukubafundisa ukuthi iNdodana yomuntu imelwe ukuhlupheka ngokuningi, ilahlwe ngamalunga, nabapristi abakhulu, nababhali, ibulawe, ibuye ivuke emva kwezinsuku ezintathu.