Mark 9:35 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesehlala phansi, wababiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke nesikhonzi sabo bonke.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wahlala phansi, wabiza abali-12, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke, nesikhonzi sabo bonke.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wayesehlala phansi, wabiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, uyakuba ngowokugcina kubo bonke nesigqila sabo bonke.