Mark 9:39 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uJesu wathi: “Ningamnqabeli, ngokuba akakho owenza umsebenzi wamandla ngegama lami ongasuka masinyane, akhulume kabi ngami.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uJesu wathi: “Ningamenqabeli, ngokuba akekho owenza izimangaliso ngegama lami ongaguquka ngokuphazima kweso akhulume kabi ngami;
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa uJesu wathi: Lingamenqabeli, ngoba kakho owenza umsebenzi wamandla ebizweni lami, ongahle akhulume kubi ngami.