Matthew 2:7 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona uHerode, ezibizile izazi ngasese, wabuzisisa kuzo isikhathi inkanyezi ebonakele ngaso,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UHerode wayesezibiza ngasese izazi, wazibuzisisa ngesikhathi inkanyezi ebonakale ngaso,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona uHerode, ezibizile izazi ngasese, wabuzisisa kuzo isikhathi inkanyezi eyabonakala ngaso.