Matthew 2:9 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Seziyizwile inkosi, zamuka; bheka, inkanyezi ezayibona kwelasempumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Seziyizwile inkosi, zaqhubeka nohambo. Inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho ekhona umntwana.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Sebeyizwile inkosi, bahamba; bheka, inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.