Matthew 20:10 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sekuza abokuqala, bathi bazakwamukela okukhulu; kepha nabo bamukela udenariyu* ngabanye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha kuthe sekusondela ezokuqala, zacabanga ukuthi zizokwemukela okukhulu, kodwa nazo zaholelwa udenariyu, umuntu ngamunye.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa sebefikile abokuqala, bacabanga ukuthi bazakwemukela okwengeziwe; bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyo,