Matthew 22:25 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwakukhona-ke kithi izelamani eziyisikhombisa: owokuqala waganwa, wafa; engenanzalo washiya umkakhe kumfowabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwakukhona-ke ngakithi izelamani eziyisikhombisa. Owokuqala waganwa, wafa engenamntwana, umkakhe wangenwa ngumfowabo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwakukhona kithi izelamani eziyisikhombisa; owokuqala esethethe umfazi, wafa, engenanzalo, watshiya umkakhe kumfowabo.