Matthew 22:30 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ekuvukeni kwabafileyo abaganwa, abendiswa, kodwa banjengezingelosi ezulwini.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba ekuvukeni kwabafileyo abaganwa, futhi abendiswa, kodwa banjengezingelosi ezulwini.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngoba ekuvukeni kwabafileyo kabathathanga, kabendiswa, kodwa banjengezingilosi zikaNkulunkulu ezulwini.