Matthew 24:6 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Niyakuzwa izimpi namahemuhemu ezimpi. Bhekani ningethuki, ngokuba kumelwe ukuba kwenzeke, kepha ukuphela koba kungakafiki.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Niyakuzwa ngezimpi, namahemuhemu ezimpi. Nina ningethuki, ngokuba kumele ukuba lokhu kwenzeke, kodwa ukuphela kuyakube kungakafiki.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Niyakuzwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, bhekani ningethuki;