Matthew 25:27 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngakho wawumelwe ukubeka imali yami kwabebhange,* mina-ke ekufikeni kwami ngabe ngitholile okwami kanye nenzalo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngalokho-ke bekufanele ukuba imali yami uyifake ebhange; ngabe lapho ngifika ngikutholile okwami nenzalo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke ngabe ubeke imali yami kwabahwebi, khona-ke ekufikeni kwami ngabe ngimukele okwami nenzalo.