Matthew 25:38 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sakubona nini ungumfokazi sakungenisa, noma uhamba ze sakwembathisa, na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sakubona nini ungumfokazi, sakungenisa ezindlini zethu; noma uhamba ze, sakwembathisa na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Sakubona nini ungumfokazi, sakungenisa endlini, na? noma uhamba ze, sakwembathisa na?