Matthew 26:13 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiqinisile ngithi kini: Nomaphi lapho liyakushunyayelwa khona leli vangeli ezweni lonke, kuyakukhulunywa nangalokho akwenzileyo, kube yisikhumbuzo ngaye.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngiqinisile ngithi kini: noma kuphi lapho leli vangeli liyakushunyayelwa khona, emhlabeni wonke, kuyakukhulunywa nangalokhu akwenzile lo wesifazane, kube yisikhumbuzo ngaye.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngiqinisile ngithi kini: Nomaphi lapho elizashunyayelwa khona lelivangeli emhlabeni wonke, kuyakuba-khona nalokhu akwenzileyo lona wesifazane, kube yisikhumbuzo ngaye.