Nehemiah 5:2 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba babekhona abathi: “Thina namadodana ethu namadodakazi ethu sibaningi; masithole amabele ukuba sidle, siphile.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba kwakukhona labo ababethi: “Thina namadodana ethu namadodakazi ethu sibaningi, masithole okusanhlamvu ukuze sidle, siphile.”