Numbers 17:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UMose wakhiphela bonke abantwana bakwa-Israyeli zonke izintonga ngaphambi kukaJehova, babheka, yilowo nalowo wathatha intonga yakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UMose wazikhipha izintonga phambi kukaSimakade wazikhiphela kubo bonke abantu bakwa-Israyeli, babona, kwaba yilowo nalowo wathatha intonga yakhe.