Numbers 36:5 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UMose wabayala abantwana bakwa-Israyeli njengezwi likaJehova, wathi: Isizwe samadodana kaJosefa sikhulume kahle.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UMose wabayala abantu bakwa-Israyeli ngokwezwi likaSimakade, wathi: “Isizwana sozalo lukaJosefa siqinisile kulokhu esikushoyo.