Numbers 5:14 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
afikelwe ngumoya wesikhwele, abenesikhwele ngomkakhe, yena engcolisiwe, noma efikelwe ngumoya wesikhwele, abenesikhwele ngomkakhe kodwa yena engangcoliswanga,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma indoda yakhe iba nesikhwele ngomkayo ozingcolisile, noma ifikelwe yisikhwele ngomkayo ongazingcolisanga,