Numbers 9:18 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngesiyalezo sikaJehova abantwana bakwa-Israyeli bahamba, nangesiyalezo sikaJehova bamisa; ngesikhathi ifu lihlala phezu kwetabernakele bahlala ekamu.*
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abakwa-Israyeli babesuka njengokusho kukaSimakade, kuthi ngokuyala kwakhe bakanise sonke isikhathi lapho ifu lihleli phezu kwethabanakeli.