Philemon 1:15 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba mhlawumbe kungenxa yalokho ukuba ahlukaniswe nawe isikhashana, ukuze abe ngowakho kuze kube phakade,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Mhlawumbe yingakho nehlukana okwesikhashana, ukuze abuyele kuwe, abe ngowakho kuze kube phakade,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba mhlawumbe waphuma isikhashana, ukuze umemukele kuze kube phakade;