Philemon 1:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngikulobele ngokwethemba ukulalela kwakho, ngazi ukuthi uzakwenza nokungaphezu kwengikushoyo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngikulobela lokhu ngoba ngineqiniso lokuthi uzongilalela, ngiyazi futhi ukuthi engikushilo ngenhla uzokwenza.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngikubhalele ngethemba lokulalela kwakho, ngazi ukuthi nawe uyakwenza okungaphezu kwalokho engikushoyo.