Philippians 3:4 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
nakuba nami bengingaba nokwethemba enyameni. Uma omunye umuntu ecabanga ukuthi unokwethemba enyameni, mina kakhulu;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
nakuba bengingethembela enyameni. Uma kukhona ocabanga ukuthi unesizathu sokwethembela enyameni, mina ngineziningi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
nakuba nami bengingaba nethemba enyameni. Uma omunye umuntu ecabanga ukuthi unokuthenjwa enyameni, mina kakhulu.