Proverbs 15:17 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Isidlo semifino lapho kukhona uthando singcono kunenkabi ekhuluphalisiweyo kanye nenzondo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Isidlo esinengxenyana yemifino lapho kukhona uthando khona, singcono kunesenkabi ekhuluphalisiweyo lapho kugcwele inzondo khona.