Psalms 69:19 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wena uyakwazi ukuthukwa kwami, namahloni ami nokudunyazwa kwami; zonke izitha zami ziphambi kwakho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wena uyakwazi ukwethukwa kwami, nehlazo lami, nokudunyazwa kwami. Zonke izitha zami ziphambi kwakho.