Revelation 17:9 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Nansi ingqondo enokuhlakanipha. Amakhanda ayisikhombisa ayizintaba eziyisikhombisa, lapho owesifazane ehlezi phezu kwazo. Futhi zingamakhosi ayisikhombisa;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Lokhu kudinga umqondo ophusileyo. Amakhanda ayisikhombisa ayizintaba eziyisikhombisa, lapho owesifazane eqhwakele khona, futhi angamakhosi ayisikhombisa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nansi ingqondo enokuhlakanipha. Amakhanda ayisikhombisa ayizintaba eziyisikhombisa owesifazane ehlezi phezu kwazo.