Romans 11:12 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo yabezizwe, pho, kakhulu kangakanani ukuphelela kwabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma-ke isiphambeko siletha ingcebo emhlabeni, nokwehluleka kwabo kuletha ingcebo kwabezizwe, kuyoba kangakanani ngokuphelela kwabo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?