Romans 13:3 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ababusi abesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Kepha uyathanda yini ukungesabi amandla ombuso na? Yenza okuhle, uyakubongwa yiwo;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba ababusi abesabeki kulabo abenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Uyathanda yini ukungamesabi osemagunyeni na? Yenza-ke okuhle, yena uyakukuncoma,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba ababusi kabesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Pho, awuwesabi amandla na? yenza okuhle, futhi uyakuba nodumo yikho;