Romans 3:7 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu lavama ngamanga ami, kube yinkazimulo yakhe, ngisahlulelelwani futhi mina njengesoni na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu livama ngenxa yamanga ami, kube yinkazimulo kuye, pho ngisahlulelelwani mina njengesoni na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?