Romans 4:10 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Pho, kwabalelwa kanjani na? Esesokile yini noma engakasoki na? Akubanga esesokile, kodwa engakasoki.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kanti kwabalelwa kanjani na? Esesokile noma engakasoki na? Qha, akubanga esesokile, kodwa engakasoki.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Pho kwabalwa njani? Lapho esokile, noma ekungasokini? Hhayi ekusokeni, kodwa ekungasokini.