Romans 4:15 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba umthetho ubanga intukuthelo, kepha lapho kungekho khona umthetho, akukho nakweqa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngokuba umthetho udala intukuthelo, kodwa lapho ungekho khona umthetho akukho nakweqa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba umthetho uveza ulaka, ngokuba lapho okungekho umthetho khona, akukho ukweqa.